Bheka, kwavuka isiphepho esikhulu elwandle, kangangokuthi umkhumbi wagutyungelwa amagagasi, kodwa yena wayelele.
Mathewu 8:23 - Contemporary Zulu Bible 2024 Esengenile emkhunjini, abafundi bakhe bamlandela. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesengena emkhunjini; abafundi bakhe bamlandela. IsiZulu 2020 UJesu wayesengena esikebheni, abafundi bakhe bamlandela. Baasraak Zulu New Testament Bible Esengenile emkhunjini, abafundi bakhe bamlandela. |
Bheka, kwavuka isiphepho esikhulu elwandle, kangangokuthi umkhumbi wagutyungelwa amagagasi, kodwa yena wayelele.
UJesu waphendula wathi kubo: “Hambani nimtshele uJohane lokho enikubonile nenikuzwile; ukuthi izimpumputhe ziyabona, izinyonga ziyahamba, abanochoko bayahlanjululwa, izithulu ziyezwa, abafileyo bayavuswa, abampofu bayashunyayelwa ivangeli.