Mathewu 8:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wathinta isandla sakhe, umkhuhlane wamyeka; wavuka, wabakhonza. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Waphatha isandla sakhe, umkhuhlane wamyeka; wavuka, wamkhonza. IsiZulu 2020 Wathinta isandla sakhe, umkhuhlane waphela; wayesevuka, wamkhonza. Baasraak Zulu New Testament Bible Wathinta isandla sakhe, umkhuhlane wamyeka; wavuka, wabakhonza. |
Yasibeka emlonyeni wami, yathi: “Bheka, isithinte izindebe zakho; ububi bakho sebususiwe, nesono sakho siyahlanjululwa.
UJesu waba nesihe ngazo, wathinta amehlo azo; zase zibona masinyane, zamlandela.
Kwathi uJesu esengenile endlini kaPetro, wabona umkhwekazi wakhe elele elomkhuhlane.
UJesu welula isandla, wamphatha, wathi: Ngiyathanda; hlambuluka. Masinyane uchoko lwakhe lwahlambuluka.
Bheka, kwafika emva kwakhe owesifazane owayenomopho iminyaka eyishumi nambili, wathinta umphetho wengubo yakhe;
Base bephuma esinagogeni bangena masinyane endlini kaSimoni no-Andreya kanye noJakobe noJohane.
UJesu waba nesihe, welula isandla, wamphatha, wathi kuye: “Ngiyathanda; hlambuluka.
Wayesebakhiphela phandle bonke, wayibamba ngesandla, wabiza, wathi: “Ntombazana, vuka!