Mathewu 7:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Mzenzisi, khipha kuqala ugongolo esweni lakho; khona-ke uyobona kahle ukukhipha ucezwana esweni lomfowenu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Mzenzisi, khipha kuqala ugongolo esweni lakho, khona-ke uzakubonisisa ukukhipha ucezwana esweni lomfowenu. IsiZulu 2020 Mzenzisi, khipha kuqala ugongolo olusesweni lakho, yikhona-ke uzakubonisisa kahle ukuze ukhiphe uthi olusesweni lomfowenu. Baasraak Zulu New Testament Bible Mzenzisi, khipha kuqala ugongolo esweni lakho; khona-ke uyobona kahle ukukhipha ucezwana esweni lomfowenu. |
Ubhekelani ucezwana olusesweni lomfowenu, kanti ugongolo olukwelakho iso awuluboni na?
Noma ungasho kanjani kumfowenu ukuthi: ‘Ake ngikhiphe ucezwana esweni lakho; bheka, kukhona ugongolo kwelakho iso na?
Ninganiki izinja okungcwele, ningaphonsi amaparele enu phambi kwezingulube, funa ziwanyathele ngezinyawo zazo, ziphenduke, ziniklebhule.
Bazenzisi, niyakwazi ukubona ubuso bezulu nomhlaba; kodwa kungani lingaqedisisi lesisikhathi?
INkosi yasiphendula yathi kuye: Mzenzisi, ngulowo lalowo wenu kayithukululi yini ngesabatha inkabi yakhe kumbe imbongolo yakhe esibayeni, ayiyise ukuyiphuzisa?
Ungasho kanjani kumfowenu ukuthi: ‘Mfowethu, ake ngikhiphe ucezwana olusesweni lakho,’ wena ungaluboni ugongolo olukwelakho iso, na? Mzenzisi, khipha kuqala ugongolo esweni lakho, khona-ke wobona kahle ukukhipha ucezwana olusesweni lomfowenu.
Umoya omubi waphendula wathi: UJesu ngiyamazi, noPawulu ngiyamazi; kodwa nina ningobani?