Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




Mathewu 7:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

Noma ungasho kanjani kumfowenu ukuthi: ‘Ake ngikhiphe ucezwana esweni lakho; bheka, kukhona ugongolo kwelakho iso na?

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ungasho kanjani kumfowenu ukuthi: ‘Ake ngikhiphe ucezwana olusesweni lakho;’ bheka, ugongolo lusesweni lakho.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Ungasho kanjani kumfowenu uthi: ‘Ake ngikhiphe uthi olusesweni lakho;’ kube kukhona ugongolo kwelakho iso na?

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Noma ungasho kanjani kumfowenu ukuthi: ‘Ake ngikhiphe ucezwana esweni lakho; bheka, kukhona ugongolo kwelakho iso na?

Uka jalj uñjjattʼäta



Mathewu 7:4
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Imilenze yokukhubazeka ayilingani; unjalo umfanekiso emlonyeni weziwula.


Bakhokheli abayizimpumputhe, elihluza insensane, liginye ikamela.


Ubhekelani ucezwana olusesweni lomfowenu, kanti ugongolo olukwelakho iso awuluboni na?


Mzenzisi, khipha kuqala ugongolo esweni lakho; khona-ke uyobona kahle ukukhipha ucezwana esweni lomfowenu.


Ungasho kanjani kumfowenu ukuthi: ‘Mfowethu, ake ngikhiphe ucezwana olusesweni lakho,’ wena ungaluboni ugongolo olukwelakho iso, na? Mzenzisi, khipha kuqala ugongolo esweni lakho, khona-ke wobona kahle ukukhipha ucezwana olusesweni lomfowenu.