Ngisho nomntwana waziwa ngezenzo zakhe, ukuthi umsebenzi wakhe uhlanzekile noma ulungile yini.
Mathewu 7:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Niyakubazi ngezithelo zabo. Abantu bakha izithelo zomvini emeveni noma amakhiwane emakhakhasini na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Niyakubazi ngezithelo zabo. Kungakhiwa yini izithelo zomvini emeveni noma amakhiwane ekhakhasini na? IsiZulu 2020 Niyakubazi ngezithelo zabo. Kungakhiwa yini izithelo zomvini emeveni noma amakhiwane ekhakhasini na? Baasraak Zulu New Testament Bible Niyakubazi ngezithelo zabo. Abantu bakha izithelo zomvini emeveni noma amakhiwane emakhakhasini na? |
Ngisho nomntwana waziwa ngezenzo zakhe, ukuthi umsebenzi wakhe uhlanzekile noma ulungile yini.
“Yenzani umuthi ube muhle, nesithelo sawo sibe sihle; noma nenze umuthi ube mubi, nesithelo sawo sibe sibi, ngokuba umuthi waziwa ngesithelo sawo.
Kodwa isithelo sikaMoya siluthando, intokozo, ukuthula, ukubekezela, ubumnene, ukulunga, ukholo,
Yebo, omunye angase athi: Wena unokukholwa, mina nginemisebenzi; ngibonise ukukholwa kwakho ngaphandle kwemisebenzi yakho, nami ngizakukukhombisa ukukholwa kwami ngemisebenzi yami.
Bazalwane bami, umkhiwane ungathela izithelo zomnqumo na? noma umvini, amakhiwane? kanjalo kawunamthombo othela amanzi anosawoti namnandi.
Njengoba isaga sabadala sisithi: Komubi kuvela ububi, kodwa isandla sami kasiyikumelana lawe.