UDavide wayesesuka emhlabathini, wageza, wamgcoba, washintsha izingubo zakhe, wangena endlini kaJehova, wakhuleka; wacela, babeka isinkwa phambi kwakhe, wadla.
Mathewu 6:17 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha wena, nxa uzila, gcoba ikhanda lakho, ugeze ubuso bakho; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha wena, nxa uzila, gcoba ikhanda lakho, ugeze ubuso bakho, IsiZulu 2020 Kepha, nxa uzila, gcoba ikhanda lakho, ugeze ubuso bakho, Baasraak Zulu New Testament Bible Kepha wena, nxa uzila, gcoba ikhanda lakho, ugeze ubuso bakho; |
UDavide wayesesuka emhlabathini, wageza, wamgcoba, washintsha izingubo zakhe, wangena endlini kaJehova, wakhuleka; wacela, babeka isinkwa phambi kwakhe, wadla.
UJowabe wayesethumela eThekhowa, walanda khona owesifazane ohlakaniphileyo, wathi kuye: “Zinike izingubo zokulila, wembathe ukulila, ungazigcobi ngamafutha, kepha ube njengowesifazane olilela ofileyo isikhathi eside;
Geza, uzigcobe, wembathe izingubo zakho, wehlele phansi; kepha ungazazisi kulowo muntu, aze aqede ukudla nokuphuza.