Mathewu 5:40 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uma umuntu ethanda ukukumangalela, akuphuce ingubo yakho, myeke athathe nesambatho sakho; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Nofuna ukukumangalela, akwamuke ingubo, mnike nejazi. IsiZulu 2020 Nofuna ukukumangalela, akwemuke ingubo, mnike nejazi. Baasraak Zulu New Testament Bible Uma umuntu ethanda ukukumangalela, akuphuce ingubo yakho, myeke athathe nesambatho sakho; |
Okushaya esihlathini mnike nesinye; nokwephuca ingubo yakho, ungamaleli nengubo yakho.
Ngakho-ke kukhona icala impela phakathi kwenu, ngokuba nimangalelana. Kunalokho kungani niphatha kabi na? Kunalokho kungani ningavumi ukuphanjwa na?
Kepha uma umuntu ethi uziphatha ngokungafanele entombini yakhe, uma isikhulile, futhi kudingeke ukuba kube njalo, makenze akuthandayo, akoni;