Mathewu 5:27 - Contemporary Zulu Bible 2024 Nizwile kwathiwa kwabasendulo: Ungaphingi; IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Nizwile kwathiwa: ‘Ungaphingi.’ IsiZulu 2020 “Nizwile, kwathiwa: ‘Ungaphingi.’ Baasraak Zulu New Testament Bible Nizwile kwathiwa kwabasendulo: Ungaphingi; |
Ngaphezu kwalokho, akufanele ulale nomkamakhelwane wakho ukuze ungcoliswe ngaye.
Umuntu ophinga nomfazi wenye indoda, nalowo ophinga nomkamakhelwane wakhe, isiphingi nesiphingikazi bayakubulawa nokubulawa.
Nizwile kwathiwa kwabasendulo: Ungabulali; nobulalayo uyakuba necala lokwahlulelwa.
“Nizwile kwathiwa kwabasendulo: ‘Ungafungi, kepha ugcwalise izifungo zakho eNkosini;