Othanda uyise noma unina kunami kangifanele; nothanda indodana noma indodakazi kunami kangifanele.
Mathewu 4:22 - Contemporary Zulu Bible 2024 Base beshiya masinyane umkhumbi noyise, bamlandela. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Base beshiya masinyane umkhumbi noyise, bamlandela. IsiZulu 2020 Base beshiya masinyane isikebhe noyise, bamlandela. Baasraak Zulu New Testament Bible Base beshiya masinyane umkhumbi noyise, bamlandela. |
Othanda uyise noma unina kunami kangifanele; nothanda indodana noma indodakazi kunami kangifanele.
Eqhubeka esuka lapho wabona ezinye izelamani ezimbili, uJakobe kaZebedewu noJohane umfowabo, besemkhunjini kanye noZebedewu uyise, belungisa amanetha abo; wasebabiza.
UJesu walihamba lonke elaseGalile efundisa emasinagogeni abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephulukisa abantu ekuguleni nasekuguleni konke.
Wababiza masinyane; base bemshiya uyise uZebedewu emkhunjini kanye nezisebenzi, bamlandela.
Uma umuntu eza kimi, engazondi uyise, nonina, nomkakhe, nabantwana, nabafowabo, nawodadewabo, yebo, nokuphila kwakhe futhi, angebe ngumfundi wami.
Ngakho-ke kusukela manje asisazi muntu ngokwenyama; yebo, noma sesimazi uKristu ngokwenyama, nokho kusukela manje asisamazi.