Wabheka, bheka, nanto iqebelengwane elibhakiwe phezu kwamalahle, nembiza yamanzi ngasekhanda lakhe. Wadla, waphuza, wabuye walala;
Mathewu 4:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 USathane wayesemshiya; bheka, kwafika izingelosi, zamkhonza. IBHAYIBHELI ELINGCWELE USathane wayesemshiya; bheka, kwafika izingelosi, zamkhonza. IsiZulu 2020 USathane wayesesuka kuye; kwafika izingelosi zamkhonza. Baasraak Zulu New Testament Bible USathane wayesemshiya; bheka, kwafika izingelosi, zamkhonza. |
Wabheka, bheka, nanto iqebelengwane elibhakiwe phezu kwamalahle, nembiza yamanzi ngasekhanda lakhe. Wadla, waphuza, wabuye walala;
Uthi ngingecele kuBaba ukuthi anginike manje amalegiyona ezingelosi angaphezu kweshumi nambili na?
Wathi kuye: “Uma uyiNdodana kaNkulunkulu, ziphonse phansi, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Uyakuyaleza izingelosi zakhe ngawe; itshe.
Wayekhona ehlane izinsuku ezingamashumi amane elingwa nguSathane; futhi wayekanye nezilwane zasendle; izingelosi zamkhonza.
Benginani imihla ngemihla ethempelini, anelulanga izandla kimi, kepha lesi kuyisikhathi senu, namandla obumnyama.
Angisasayikukhuluma okuningi nani, ngokuba uyeza umbusi walumhlaba, kepha akanalutho kimi.
Futhi ngokungangabazeki inkulu imfihlakalo yokumesaba uNkulunkulu: UNkulunkulu wabonakaliswa enyameni, walungisiswa emoyeni, wabonwa yizingelosi, washunyayelwa kwabezizwe, wakholeka emhlabeni, wemukelwa enkazimulweni.
Azisibo yini zonke omoya abakhonzayo, abathunyelwe ukukhonza ngenxa yalabo abayakuba yizindlalifa zensindiso na?
Futhi lapho eseletha olizibulo emhlabeni, uthi: Nezingelosi zonke zikaNkulunkulu mazikhuleke kuye.