Mathewu 3:14 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa uJohane wamalela, esithi: Mina ngiswela ukubhabhathizwa nguwe, kanti wena uza kimi yini? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha uJohane wamalela wathi: “Yimi engiswela ukubhapathizwa nguwe; wena uza kimi na?” IsiZulu 2020 Kepha uJohane wazama ukumenqabela, ethi: “Yimi engidinga ukubhabhadiswa nguwe, kepha Wena uza kimi na?” Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa uJohane wamalela, esithi: Mina ngiswela ukubhabhathizwa nguwe, kanti wena uza kimi yini? |
UJesu waphendula wathi kuye: Vuma kalokhu, ngokuba kusifanele ukugcwalisa kanjalo ukulunga konke. Wase emvumela.
Kepha angithandi ukuba ningazi, bazalwane, ukuthi ngazimisela kaningi ukuza kini, ngavinjwa kuze kube manje, ukuze ngibe nesithelo naphakathi kwenu, nanjengakwabanye abezizwe.
ammisileyo uNkulunkulu, abe yinhlawulo ngokukholwa egazini lakhe, ukuze kubonakaliswe ukulunga kwakhe ngenxa yokuthethelelwa kwezono ezenziwe ngaphambili, ngokubekezela kukaNkulunkulu;
Kepha umbhalo uvalile konke phansi kwesono, ukuze isithembiso ngokukholwa nguJesu Kristu siphiwe abakholwayo.
Ngokuba ningamadodana, uNkulunkulu uthumile uMoya weNdodana yakhe ezinhliziyweni zenu omemeza ethi: “Aba, Baba!