Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




Mathewu 27:59 - Contemporary Zulu Bible 2024

Kwathi uJosefa esesithathile isidumbu, wasisonga ngendwangu yelineni ehlanzekileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

UJosefa wasithatha isidumbu, wasisonga ngendwangu enhle ehlanzekileyo,

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

UJosefa wasithatha isidumbu, wasisonga ngendwangu yelineni enhle ehlanzekileyo;

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Kwathi uJosefa esesithathile isidumbu, wasisonga ngendwangu yelineni ehlanzekileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta



Mathewu 27:59
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Futhi uyakuchitha kule ntaba isihenqo esigundiswe phezu kwabantu bonke, nesihenqo esigutshuzelwe phezu kwezizwe zonke.


Yena waya kuPilatu, wacela isidumbu sikaJesu. Khona uPilatu wayala ukuba isidumbu sikhululwe.


Wawubeka ethuneni lakhe elisha abeligubhe edwaleni, wagingqela itshe elikhulu emnyango wethuna, wamuka.


Wathenga ilineni elicolekileyo, wamehlisa, wamsonga ngelineni elicolekileyo, wambeka ethuneni elaliqoshwe edwaleni, wagingqela itshe emnyango wethuna.


Yasehlisa, yasisonga ngelineni, yasibeka ethuneni eliqoshwe etsheni, okungakabekwa muntu kulo.