Yileli izwi uJehova alikhuluma ngaye; Intombi emsulwa, indodakazi yaseSiyoni, iyakudelela, yakuhleka; indodakazi yaseJerusalema yanikina ikhanda phezu kwakho.
Mathewu 27:39 - Contemporary Zulu Bible 2024 Abadlulayo bamthuka, benikina amakhanda abo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha abadlulayo bamhlambalaza benikina amakhanda abo, IsiZulu 2020 Ababedlula bamhlambalaza, benikina amakhanda abo, Baasraak Zulu New Testament Bible Abadlulayo bamthuka, benikina amakhanda abo. |
Yileli izwi uJehova alikhuluma ngaye; Intombi emsulwa, indodakazi yaseSiyoni, iyakudelela, yakuhleka; indodakazi yaseJerusalema yanikina ikhanda phezu kwakho.
Nami bengiyakukhuluma njengani; uma umphefumulo wenu ubusendaweni yomphefumulo wami, bengiyakuqoqa amazwi ngani, nginikine ikhanda lami kini.
Ngokuba umlomo wababi nomlomo wabakhohlisayo bangivulele; bakhulume ngami ngolimi lwamanga.
Ihlazo laphula inhliziyo yami; futhi ngaba lusizi; nabaduduzi, kepha angibatholanga.
Akulutho yini kini nonke enidlulayo? bhekani, nibone, uma lukhona usizi olunjengosizi lwami engabuzwa ngalo uJehova wangicindezela ngalo ngosuku lwentukuthelo yakhe.
Kwabethelwa kanye naye abaphangi ababili, esinye ngakwesokunene nesinye ngakwesokhohlo.