libeke phambi kwakhe amadoda amabili, amadodana kaBheliyali, afakaze ngaye athi: Uthukile uNkulunkulu lenkosi; Bese nimkhiphela ngaphandle nimkhande ngamatshe, ukuze afe.
Mathewu 27:32 - Contemporary Zulu Bible 2024 Esaphuma, afumana indoda yaseKhurene, nguSimoni igama lakhe; amcindezela ukuba athwale isiphambano sakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Esaphuma afumana umuntu waseKhurene, nguSimoni igama lakhe; amcindezela lowo ukuba athwale isiphambano sakhe. IsiZulu 2020 Kuthe amabutho esaphuma lapho, ahlangana nomuntu waseKhurene, nguSimoni igama lakhe; amphoqa ukuba athwale isiphambano sikaJesu. Baasraak Zulu New Testament Bible Esaphuma, afumana indoda yaseKhurene, nguSimoni igama lakhe; amcindezela ukuba athwale isiphambano sakhe. |
libeke phambi kwakhe amadoda amabili, amadodana kaBheliyali, afakaze ngaye athi: Uthukile uNkulunkulu lenkosi; Bese nimkhiphela ngaphandle nimkhande ngamatshe, ukuze afe.
Khona kwangena amadoda amabili, amadodana kaBheliyali, ahlala phambi kwakhe; abantu ababi bafakaza ngaye uNaboti phambi kwabantu, bathi: “UNabhoti uthukile uNkulunkulu nenkosi; Base bemkhiphela ngaphandle komuzi, bamkhanda ngamatshe, wafa.
Ngisho nenkunzi yonke kumelwe ayikhiphele ngaphandle kwekamu endaweni ehlanzekile lapho kulahlwa khona umlotha, futhi kumelwe ayishise phezu kwezinkuni ngomlilo; lapho okulahlwa khona umlotha, kumelwe ashiswe.
Kumelwe alikhiphele inkunzi ngaphandle kwekamu alishise njengoba ashisa inkunzi yokuqala; kungumnikelo wesono webandla.
Uma umpristi ogcotshiweyo ona njengesono sabantu; woletha kuJehova iduna elingenasici, libe ngumnikelo wesono ngesono sakhe one ngaso.
Khona uJesu wathi kubafundi bakhe: “Uma umuntu ethanda ukungilandela, makazidele, athabathe isiphambano sakhe, angilandele.
Base becindezela odlulayo othile, uSimoni waseKhurene, evela endle, uyise ka-Aleksandru noRufu, ukuba athwale isiphambano sakhe.
Kwathi bemuka naye, babamba uSimoni waseKhurene evela endle, bambethela isiphambano, ukuba asithwale emva kukaJesu.
Yena waphuma ethwele isiphambano sakhe, waya endaweni ebizwa ngokuthi iNdawo Yokhakhayi, ethiwa ngesiHeberu iGolgotha;
Abanye kubo kwakungamadoda aseKhupro naseKhurene, abathi sebefikile e-Antiyokiya, bakhuluma kumaGreki, beshumayela ivangeli ngeNkosi uJesu.
Kwakukhona e-Antiyokiya ebandleni abaprofethi nabafundisi; njengoBarnaba, noSimeyoni othiwa uNigeri, noLukiyu waseKhurene, noManayeni owayondliwe kanye noHerode umtetrarki, noSawulu.
iFrigiya, lePhamfiliya, eGibhithe, lezingxenyeni zeLibhiya zeKhurene, labafokazi beRoma, abaJuda lamaproselithe,
Kwasekusukuma abathile besinagoge elithiwa elabaKhululwa, nabaseKhurene, nabase-Aleksandriya, nabavela eKhilikhiya nase-Asiya, baphikisana noStefanu;
Bamkhiphela ngaphandle komuzi, bamkhanda ngamatshe; ofakazi babeka izingubo zabo ezinyaweni zensizwa egama layo linguSawule.