U-Eliya wayesesondela kubo bonke abantu, wathi: “Koze kube nini nimi phakathi kwenhliziyo ezimbili na?” uma uJehova enguNkulunkulu, mlandeleni; kepha uma kunguBali, mlandeleni. Isixuku asimphendulanga ngazwi.
Mathewu 27:17 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngakho sebebuthene, uPilatu wathi kubo: Lithanda ukuthi ngilikhululele bani? UBarabasi noma uJesu othiwa uKristu? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngakho sebebuthene, uPilatu wathi kubo: “Nithanda ukuba nginikhululele bani, uBaraba nokuba uJesu othiwa uKristu, na?” IsiZulu 2020 Ngakho-ke sebebuthene, uPilatu wathi kubo: “Nifuna ukuba nginikhululele bani uJesu onguBharabha, noma uJesu okuthiwa nguKhristu na?” Baasraak Zulu New Testament Bible Ngakho sebebuthene, uPilatu wathi kubo: Lithanda ukuthi ngilikhululele bani? UBarabasi noma uJesu othiwa uKristu? |
U-Eliya wayesesondela kubo bonke abantu, wathi: “Koze kube nini nimi phakathi kwenhliziyo ezimbili na?” uma uJehova enguNkulunkulu, mlandeleni; kepha uma kunguBali, mlandeleni. Isixuku asimphendulanga ngazwi.
Kodwa bamemeza bathi: Susa, susa, mbethele esiphambanweni! UPilatu wathi kubo: Ngibethele inkosi yenu na? Abapristi abakhulu baphendula bathi: Kasilankosi ngaphandle kukaKesari.
Uma kukubi emehlweni enu ukumkhonza uJehova, zikhetheleni namuhla ukuthi ngubani eniyakumkhonza; noma onkulunkulu ababakhonzayo oyihlo ababephesheya komfula, nonkulunkulu bama-Amori enihlala ezweni lawo; kepha mina nendlu yami siyakumkhonza uJehova.