Kwasekusukuma umpristi omkhulu, wathi kuye: Kawuphenduli lutho yini? kuyini laba abakufakaza ngawe na?
Mathewu 27:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 UPilatu wasesithi kuye: Kawuzwa yini ukuthi zingaki izinto abazifakaza ngawe? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Khona uPilatu wathi kuye: “Awuzwa yini lokho okungaka abakufakaza ngawe na?” IsiZulu 2020 Kepha uPilatu wathi kuye: “Awukuzwa yini ukuthi kungakanani abakufakaza ngawe na?” Baasraak Zulu New Testament Bible UPilatu wasesithi kuye: Kawuzwa yini ukuthi zingaki izinto abazifakaza ngawe? |
Kwasekusukuma umpristi omkhulu, wathi kuye: Kawuphenduli lutho yini? kuyini laba abakufakaza ngawe na?
UPilatu waphendula wathi: Mina ngingumJuda yini? Isizwe sakini nabapristi abakhulu bakunikele kimi; wenzeni na?
Induna yenkulungwane yasilaya ukuthi angeniswe enqabeni, yasilaya ukuthi aphenywe ngesiswepu; ukuze azi ukuthi kungani bekhala kanje kuye.