Mathewu 26:44 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wabashiya, wabuye wahamba, wakhuleka ngokwesithathu, esho wona lawo mazwi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wabuye wabashiya, waya wakhuleka ngokwesithathu esho futhi lona lelo zwi. IsiZulu 2020 Wabuye wabashiya, wayokhuleka ngokwesithathu elokhu esho lona lelo lizwi. Baasraak Zulu New Testament Bible Wabashiya, wabuye wahamba, wakhuleka ngokwesithathu, esho wona lawo mazwi. |
Wayesesiza kubafundi bakhe, wathi kubo: “Nisalele manje, niphumule; bhekani, isikhathi sesisondele, iNdodana yomuntu isiyakhashelwa ezandleni zezoni.
Kepha nxa nikhuleka, ningaphindaphindi njengabezizwe, ngokuba bathi bayakuzwiwa ngokukhuluma kwabo okuningi.