Yebo, niyakuba njengaye olele phakathi kolwandle, nanjengalowo olele esiqongweni sensika.
Mathewu 26:43 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wasebuya wabafica belele, ngoba amehlo abo ayenzima. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Esebuya futhi wabafumana belele, ngokuba amehlo abo ayenzima. IsiZulu 2020 Wabuyela kubo futhi, wabafumana belele, ngokuba amehlo abo ayegcwele ubuthongo. Baasraak Zulu New Testament Bible Wasebuya wabafica belele, ngoba amehlo abo ayenzima. |
Yebo, niyakuba njengaye olele phakathi kolwandle, nanjengalowo olele esiqongweni sensika.
Induna yasondela kuye, yathi kuye: “Uthini wena olele ubuthongo na?” sukuma, ubize uNkulunkulu wakho, uma uNkulunkulu esikhumbula, ukuze singalahleki.
Wabuye wahamba ngokwesibili, wakhuleka, wathi: “Baba, uma lesi sitsha singedlule kimi ngingasiphuzi, mayenziwe intando yakho.
Kepha uPetru nababe naye babesindwa ubuthongo; sebevukile babona inkazimulo yakhe namadoda amabili ayemi naye.
Kwakuhlezi efasiteleni insizwa ethile igama layo lingu-Evitiku, yehlelwa ngubuthongo obunzima, uPawulu eshumayela isikhathi eside, yazumeka, yawa phansi isuka esitezi sesithathu, yathathwa isifile.
Akube yilowo nalowo azithobe phansi kwamandla ombuso; Ngoba awekho amandla ngaphandle kukaNkulunkulu: amandla akhona amiswe nguNkulunkulu.