Bonke abantu baphendula kanyekanye bathi: “Konke akukhulumileyo uJehova siyakukwenza.” UMose wabuyisela amazwi abantu kuJehova.
Mathewu 26:35 - Contemporary Zulu Bible 2024 UPetro wathi kuye: Lanxa ngingafa lawe, kangisoze ngikuphike. Basho kanjalo bonke abafundi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UPetru wayesethi kuye: “Noma ngingaze ngife nawe, angisoze ngakuphika.” Basho njalo nabafundi bonke. IsiZulu 2020 UPhethro wathi kuye: “Noma ngabe kufanele ukuba ngife nawe, angisoze ngakuphika.” Bonke abafundi basho kanjalo. Baasraak Zulu New Testament Bible UPetro wathi kuye: Lanxa ngingafa lawe, kangisoze ngikuphike. Basho kanjalo bonke abafundi. |
Bonke abantu baphendula kanyekanye bathi: “Konke akukhulumileyo uJehova siyakukwenza.” UMose wabuyisela amazwi abantu kuJehova.
Uyajabula umuntu ohlala esaba, kodwa oyenza lukhuni inhliziyo yakhe uwela ebubini.
Kepha lowo oyakungiphika phambi kwabantu, nami ngiyakumphika phambi kukaBaba osezulwini.
UPetro wathi kuye: Nkosi, ngingekulandele khathesi ngani? ngiyakubeka phansi ukuphila kwami ngenxa yakho.
Yebo; ngenxa yokungakholwa aphulwa, wena umi ngokukholwa. Ungazikhukhumezi, kodwa yesaba;
Ngakho-ke, bathandekayo, njengalokho nilalela ngezikhathi zonke, kungesikho nxa ngikhona kuphela, kepha ikakhulu manje ngingekho, sebenzelani ukusindiswa kwenu ngokwesaba nangokuthuthumela.
Futhi uma nibiza uBaba owahlulela wonke umuntu ngokomsebenzi womuntu engakhethi buso, sebenzisani isikhathi sokuhlala kwenu lapha ngokwesaba;