Mathewu 26:33 - Contemporary Zulu Bible 2024 UPetro waphendula wathi kuye: Lanxa bonke bezakukhubeka ngawe, mina kangisoze ngikhubeke. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UPetru waphendula, wathi kuye: “Noma bonke beyakukhubeka ngawe, mina angisoze ngakhubeka.” IsiZulu 2020 UPhethro waphendula, wathi kuye: “Noma bonke bangakuhlamuka, mina angisoze ngakushiya.” Baasraak Zulu New Testament Bible UPetro waphendula wathi kuye: Lanxa bonke bezakukhubeka ngawe, mina kangisoze ngikhubeke. |
Abantu abaningi bayakumemezela okuhle, kube yilowo nalowo, kepha ngubani ongafumana umuntu othembekileyo na?
Inhliziyo iyakhohlisa ngaphezu kwakho konke, nenhliziyo yonakele; ngubani ongakwazi?
UJesu wathi kuye: “Ngiqinisile ngithi kuwe: Ngalobu busuku, lingakakhali iqhude, uzakungiphika kathathu.
Sebedlile uJesu wathi kuSimoni Petru: Simoni kaJona, uyangithanda kunalaba na? Wathi kuye: Yebo, Nkosi; uyazi ukuthi ngiyakuthanda. Wathi kuye: Dlisa amawundlu ami.
Thandanani okuhle omunye komunye ngothando lobuzalwane; ekuhlonipheni nikhethe omunye komunye;
Ningenzi-lutho ngombango nangodumo lweze; kepha ngokuthobeka nishaye sengathi abanye bakhulu kunani.