Khona umbuso wezulu uyakufaniswa nezintombi eziyishumi ezathatha izibani zazo, zaphuma ukuyohlangabeza umyeni.
Mathewu 25:7 - Contemporary Zulu Bible 2024 Khona zavuka lezo zintombi zonke, zalungisa izibani zazo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Khona zavuka lezo zintombi zonke, zalungisa izibani zazo. IsiZulu 2020 “Zavuka zonke lezo zintombi, zalungisa izibani zazo. Baasraak Zulu New Testament Bible Khona zavuka lezo zintombi zonke, zalungisa izibani zazo. |
Khona umbuso wezulu uyakufaniswa nezintombi eziyishumi ezathatha izibani zazo, zaphuma ukuyohlangabeza umyeni.
Kepha phakathi kobusuku kwamenyezwa ukuthi: ‘Nangu umyeni; phumani niyomhlangabeza.
Eziyiziwula zasezisithi kwezihlakaniphileyo: Sipheni emafutheni enu; ngoba izibane zethu zicima.
Ngakho-ke, bathandekayo, njengokuba nilindele lezo zinto, khuthalelani ukuba nifunyanwe kuye ninokuthula, ningenabala, ningenasici.