Mathewu 25:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa waphendula wathi: Ngiqinisile ngithi kini: Anginazi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Kepha waphendula wathi: ‘Ngiqinisile ngithi kini: Anginazi.’ IsiZulu 2020 “Kepha umyeni waphendula, wathi: ‘Ngiqinisile ngithi kini, anginazi.’ Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa waphendula wathi: Ngiqinisile ngithi kini: Anginazi. |
Unamehlo ahlanzekile kunokuba ubuke okubi, futhi awukwazi ukubona ububi; Ubabhekelani abakhohlisayo, ubambe ulimi lwakho, lapho omubi edla olungile kunaye, na?
Nxa umninindlu esesukumile wavala umnyango, seliqala ukuma ngaphandle lokungqongqotha emnyango, lisithi: Nkosi, Nkosi, sivulele; uyakuphendula athi kini: Anginazi lapho nivela khona;
Kepha manje lokhu senimazi uNkulunkulu, noma kunalokho naziwa nguNkulunkulu, senibuyela kanjani ezimisweni ezibuthakathaka neziwubala, enithanda ukubuye nibe yizigqila zazo na?
Nokho isisekelo sikaNkulunkulu simi siqinile, sinalolu phawu: INkosi iyabazi abangabayo. Futhi, Wonke obiza ibizo likaKristu kadede ebubini.