Fundani umfanekiso emkhiwaneni; nxa igatsha lawo selithambile, lihluma amaqabunga, niyazi ukuthi ihlobo seliseduze;
Mathewu 24:33 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kanjalo nani, nxa nibona zonke lezi zinto, yazini ukuthi iseduze ngasemnyango. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kanjalo nani, nxa nibona konke lokhu, yazini ukuthi iseduze ngasemnyango. IsiZulu 2020 Kanjalo nani, lapho nibona kwenzeka konke lokhu, yazini ukuthi iNkosi iseduze ngasemnyango. Baasraak Zulu New Testament Bible Kanjalo nani, nxa nibona zonke lezi zinto, yazini ukuthi iseduze ngasemnyango. |
Fundani umfanekiso emkhiwaneni; nxa igatsha lawo selithambile, lihluma amaqabunga, niyazi ukuthi ihlobo seliseduze;
Ningagqubuthelani, bazalwane, ukuze ningalahlwa; bhekani, umahluleli umi ngasemnyango.
Bheka, ngimi ngasemnyango ngingqongqotha; uma umuntu ezwa izwi lami, avule umnyango, ngiyakungena kuye, ngidle naye, naye adle nami.