Bhekani, ngokuba uJehova uninike isabatha, ngalokho uyaninika ngosuku lwesithupha isinkwa sezinsuku ezimbili; hlalani, kube yilowo nalowo endaweni yakhe, makungaphumi muntu endaweni yakhe ngosuku lwesikhombisa.
Mathewu 24:20 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa khulekani ukuthi ukubaleka kwenu kungabi sebusika, loba ngesabatha; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Khulekani ukuba ukubaleka kwenu kungabi sebusika nangesabatha. IsiZulu 2020 Khulekelani ukuba ukubaleka kwenu kungabi sebusika noma ngesabatha. Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa khulekani ukuthi ukubaleka kwenu kungabi sebusika, loba ngesabatha; |
Bhekani, ngokuba uJehova uninike isabatha, ngalokho uyaninika ngosuku lwesithupha isinkwa sezinsuku ezimbili; hlalani, kube yilowo nalowo endaweni yakhe, makungaphumi muntu endaweni yakhe ngosuku lwesikhombisa.
Ngokuba ngaleso sikhathi kuyakuba-khona usizi olukhulu, olungazange lube-khona kwasekuqaleni kwezwe kuze kube manje, nolungasayikuba khona.
Base bebuyela eJerusalema bevela entabeni ethiwa Yeminqumo, esuka eJerusalema, ibanga lohambo lwesabatha.