Kodwa esizukulwaneni sesine ziyakubuyela lapha, ngokuba ububi bama-Amori abukapheleli.
Mathewu 23:32 - Contemporary Zulu Bible 2024 Gcwalisani-ke isilinganiso sawoyihlo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Nani gcwalisani isilinganiso sawoyihlo. IsiZulu 2020 Salani senikufeza lokhu okwaqalwa ngoyihlomkhulu. Baasraak Zulu New Testament Bible Gcwalisani-ke isilinganiso sawoyihlo. |
Kodwa esizukulwaneni sesine ziyakubuyela lapha, ngokuba ububi bama-Amori abukapheleli.
Wena uhawukela izinkulungwane, uphindisele ububi bawoyise esifubeni sabantwana babo emva kwabo: oMkhulu, uNkulunkulu onamandla, uJehova Sebawoti, igama lakhe,
Kodwa kabangilalelanga, kababekanga indlebe yabo, kodwa benza lukhuni intamo yabo; benze okubi kunoyise.
Uyathanda ukubahlulela, ndodana yomuntu, uyathanda ukubahlulela na? mabazazi izinengiso zawoyise;
Bhekani, senivukile esikhundleni sawoyihlo, isixuku sabantu abayizoni, ukwandisa ulaka lweNkosi phezu kuka-Israyeli.
besenqabela ukuthi sikhulume kwabezizwe ukuze basindiswe, bagcwalise izono zabo njalonjalo;