Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




Mathewu 23:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

Futhi ofunga ithempeli ufunga lona langaye ohlala kulo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Nofunga ithempeli ufunga lona nohlezi kulo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Ofunga ithempeli, ufunga lona nohleli kulo.

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Futhi ofunga ithempeli ufunga lona langaye ohlala kulo.

Uka jalj uñjjattʼäta



Mathewu 23:21
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngikwakhele nokukwakhela indlu yokuhlala, indawo yokuhlala yakho kuze kube phakade.


Kodwa ingabe uNkulunkulu uzophila ngempela emhlabeni? bheka, izulu nezulu lamazulu alinakukwanela; kakhulu kangakanani le ndlu engiyakhileyo?


Kodwa ngikwakhele indlu nendawo yokuhlala kuze kube phakade.


Abapristi babengenakungena endlini kaJehova, ngokuba inkazimulo kaJehova yayigcwele indlu kaJehova.


Jehova, ngiyayithanda indawo yokuhlala yendlu yakho nendawo lapho inkazimulo yakho ihlala khona.


Ngakho-ke ofunga i-altare ufunga lona nakho konke okuphezu kwalo.


enibuye nakhiwe ndawonye kuye, nibe yindlu kaNkulunkulu ngoMoya.


Ngokuba kuhlezi kuye ukugcwala konke kobuNkulunkulu ngokomzimba.