Izinsuku eziyisikhombisa kumelwe wenzele i-altare isihlawulelo, ulingcwelise; futhi kumelwe libe yi-altare elingcwelengcwele; wonke othinta i-altare uyakuba ngcwele.
Mathewu 23:19 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ziwula nezimpumputhe, ngokuba yikuphi okukhulu, umnikelo noma i-altare elingcwelisa umnikelo na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Zimpumputhe, yikuphi okukhulu kunomnikelo ne-altare elingcwelisa umnikelo na? IsiZulu 2020 “Zimpumputhe, yikuphi okukhulu phakathi komnikelo ne-althare elingcwelisa umnikelo na? Baasraak Zulu New Testament Bible Ziwula nezimpumputhe, ngokuba yikuphi okukhulu, umnikelo noma i-altare elingcwelisa umnikelo na? |
Izinsuku eziyisikhombisa kumelwe wenzele i-altare isihlawulelo, ulingcwelise; futhi kumelwe libe yi-altare elingcwelengcwele; wonke othinta i-altare uyakuba ngcwele.
Kumelwe uzingcwelise, ukuze zibe ngcwele kakhulu; konke okubathintayo kuyakuba ngcwele.
Uma umuntu ephethe inyama engcwele esiqeshini sengubo yakhe, athinte isinkwa noma okuphuzwayo noma iwayini noma amafutha nanoma iyiphi enye inyama, ingabe kufanele kube ngcwele? Abapristi baphendula bathi: Hatshi.
Ziwula nezimpumputhe, ngokuba yikuphi okukhulu, igolide nethempeli elingcwelisa igolide na?