Qondani nina bantu abayiziwula phakathi kwabantu, nani ziwula, niyakuhlakanipha nini na?
Mathewu 23:17 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ziwula nezimpumputhe, ngokuba yikuphi okukhulu, igolide nethempeli elingcwelisa igolide na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ziwula, zimpumputhe, ngokuba yikuphi okukhulu kunegolide nethempeli elingcwelisa igolide na? IsiZulu 2020 Ziwula, zimpumputhe, kanti yikuphi okukhulu phakathi kwegolide nethempeli elingcwelisa igolide na? Baasraak Zulu New Testament Bible Ziwula nezimpumputhe, ngokuba yikuphi okukhulu, igolide nethempeli elingcwelisa igolide na? |
Qondani nina bantu abayiziwula phakathi kwabantu, nani ziwula, niyakuhlakanipha nini na?
Ziwula nezimpumputhe, ngokuba yikuphi okukhulu, umnikelo noma i-altare elingcwelisa umnikelo na?