Ngokuba inkosi yaseBabele yayimi emaphethelweni endlela, ekuqaleni kwezindlela ezimbili, ukuze ibhule;
Mathewu 22:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngakho hambani niye ezindleleni, nibizele emshadweni bonke eningabafumana; IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngakho-ke hambani niye ezinhlanganweni zezindlela, nibizele emshadweni bonke eningabafumana.’ IsiZulu 2020 ngakho-ke hambani niye ezinhlanganweni zemigwaqo, nimeme noma yimuphi enimtholayo ukuba eze emshadweni.’ Baasraak Zulu New Testament Bible Ngakho hambani niye ezindleleni, nibizele emshadweni bonke eningabafumana; |
Ngokuba inkosi yaseBabele yayimi emaphethelweni endlela, ekuqaleni kwezindlela ezimbili, ukuze ibhule;
Futhi bekungafanele ume ezimpambanweni zezindlela ukuze uqothule abaphunyukileyo; nabasalayo osukwini lwenhlupheko anizange nizinikele.
Bathi kuye: Ngoba akukho muntu osiqashile. Wathi kubo: Hambani nani, niye esivinini; futhi noma yini efanele, lokho niyokwamukela.
Lezozinceku zaphuma zaya ezindleleni, zabutha bonke ezabafumanayo, ababi nabahle; umshado wagcwala abahlezi ekudleni.
Khona yathi ezincekwini zayo: “Umshado usulungile, kepha abamenyiweyo bebengafanele.
Kutshunyayelwe ebizweni lakhe ukuphenduka lokuthethelelwa kwezono ezizweni zonke, kuqalwe eJerusalema.
Ngokuba iNkosi yasiyala kanjalo, ithi: “Ngikubekile ukuba ube ngukukhanya kwabezizwe, ube yinsindiso kuze kube semikhawulweni yomhlaba.
Mina engingomncinyane kunomncinyane kubo bonke abangcwele, ngiphiwe lomusa, ukuthi ngitshumayele phakathi kwabezizwe ingcebo kaKristu engaphenyisisekiyo;
UMoya nomlobokazi bathi: Woza. Nozwayo makathi: Woza. Nowomileyo makeze. Futhi yilowo nalowo othanda makathathe amanzi okuphila ngesihle.