Kodwa inkosi yathukuthela yathukuthela, yasithuma amabutho ayo, abhubhisa labobabulali, atshisa umuzi wabo.
Mathewu 22:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Khona yathi ezincekwini zayo: “Umshado usulungile, kepha abamenyiweyo bebengafanele. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Khona yathi ezincekwini zayo: ‘Umshado usulungiselwe, kepha abamenyiweyo bebengafanele; IsiZulu 2020 “Yayisithi ezincekwini zayo: ‘Idili lomshado selilungisiwe, kepha ababemenyiwe bebengafanele, Baasraak Zulu New Testament Bible Khona yathi ezincekwini zayo: “Umshado usulungile, kepha abamenyiweyo bebengafanele. |
Kodwa inkosi yathukuthela yathukuthela, yasithuma amabutho ayo, abhubhisa labobabulali, atshisa umuzi wabo.
UJesu wathi kubo: “Abendlu yomyeni bangalila yini, umyeni enabo na? kodwa ziyakufika izinsuku, lapho umyeni ezakususwa kubo, khona-ke bezakuzila.
Kodwa labo okuthiwa bafanele ukuthola lelolizwe lokuvuka kwabafileyo kabathathani, kabendiswa;
Ngakho lindani njalo, likhuleke, ukuze kuthiwe lifanele ukuphunyuka kuzo zonke lezizinto eziyakwenzeka, lokuma phambi kweNdodana yomuntu.
Khona oPawulu noBarnaba bakhuluma isibindi, bathi: “Bekufanele ukuba izwi likaNkulunkulu likhulunywe kini kuqala;
okuwuphawu lokwahlulela okulungileyo kukaNkulunkulu, ukuze nibalwe njengabafanele umbuso kaNkulunkulu, enihlupheka ngenxa yawo;
Babusisiwe abagcina imiyalo yakhe, ukuze babe negunya emthini wokuphila, futhi bangene emzini ngamasango.
Unamagama ayingcosana naseSardesi alabo abangangcolisanga izingubo zabo; bayakuhamba nami ngembethe ezimhlophe, ngokuba bafanele.