Base bemphendula uJesu, bathi: “Asazi. Wathi kubo: “Nami anginitsheli ukuthi ngenza lokhu ngagunya lini.
Mathewu 22:46 - Contemporary Zulu Bible 2024 Akwabangakho-muntu owakwazi ukumphendula izwi; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwakungekho obengamphendula ngazwi; emva kwalolo suku akwabe kusabakho muntu onesibindi sokumbuza lutho. IsiZulu 2020 Akukho namunye owaba nezwi lokumphendula. Kusukela ngalolo lusuku, akukho muntu owaba nesibindi sokumbuza lutho. Baasraak Zulu New Testament Bible Akwabangakho-muntu owakwazi ukumphendula izwi; |
Base bemphendula uJesu, bathi: “Asazi. Wathi kubo: “Nami anginitsheli ukuthi ngenza lokhu ngagunya lini.
UJesu ebona ukuthi uphendule ngokuqonda, wathi kuye: “Awukude nombuso kaNkulunkulu. Akwabakho muntu emva kwalokho owaba nesibindi sokumbuza.
esithi: Mina nginguNkulunkulu waboyihlo, uNkulunkulu kaAbrahama, loNkulunkulu kaIsaka, loNkulunkulu kaJakobe. Wayesethuthumela uMose, akaba nasibindi sokubheka.