Ngakho-ke zonke izinto enifuna ukuba abantu bakwenze kini, kwenzeni nani kanjalo kubo, ngokuba lokhu kungumthetho nabaprofethi.
Mathewu 22:40 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kuleyo miyalo emibili kubambelela umthetho wonke nabaprofethi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kuleyo miyalo emibili kubambelela umthetho wonke nabaprofethi.” IsiZulu 2020 Kuleyo miyalo yomibili kubambelele umthetho wonke nemfundiso yabaphrofethi.” Baasraak Zulu New Testament Bible Kuleyo miyalo emibili kubambelela umthetho wonke nabaprofethi. |
Ngakho-ke zonke izinto enifuna ukuba abantu bakwenze kini, kwenzeni nani kanjalo kubo, ngokuba lokhu kungumthetho nabaprofethi.
Ngoba lokhu ukuthi: Ungaphingi, ungabulali, ungebi, ungafakazi amanga, ungafi; uma kukhona omunye umyalo, kufinyelelwe kuleli zwi lokuthi: Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.
Ngokuba umthetho wonke ugcwaliswa ezwini linye nakuleli; Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.
Kepha isiphetho somyalo siluthando oluphuma enhliziyweni ehlanzekileyo, nakunembeza omuhle, nasekukholweni okungazenzisi;
Uma nigcina umthetho wobukhosi ngokombhalo othi: Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena, nenza kahle;