Mathewu 22:36 - Contemporary Zulu Bible 2024 Mfundisi, imuphi umyalo omkhulu emthethweni na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Mfundisi, ngumuphi umyalo omkhulu emthethweni na?” IsiZulu 2020 “Mfundisi, yimuphi umyalo omkhulu emthethweni na?” Baasraak Zulu New Testament Bible Mfundisi, imuphi umyalo omkhulu emthethweni na? |
ingahloniphi uyise noma unina; Kanjalo nenze umyalo kaNkulunkulu ube yize ngesiko lenu.
UJesu wathi kuye: “Woyithanda iNkosi uNkulunkulu wakho ngayo yonke inhliziyo yakho, nangawo wonke umphefumulo wakho, nangayo yonke ingqondo yakho.
Kodwa maye kini baFarisi! Ngokuba ninikela okweshumi kweminti neruwe nemifino yonke, ningakunaki ukwahlulela nothando lukaNkulunkulu;