Amakhosi omhlaba azilungisile, nababusi benza icebo ngoJehova nangogcotshiweyo wakhe, bathi:
Mathewu 22:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 Khona abaFarisi basuka benza icebo lokumthiya ekukhulumeni kwakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Khona abaFarisi basuka, bacebisana ukuba bamhile ngezwi. IsiZulu 2020 AbaFarisi basuka lapho, babonisana ukuba bamhile ngezwi. Baasraak Zulu New Testament Bible Khona abaFarisi basuka benza icebo lokumthiya ekukhulumeni kwakhe. |
Amakhosi omhlaba azilungisile, nababusi benza icebo ngoJehova nangogcotshiweyo wakhe, bathi:
Bazenzela izinyawo zami inetha; umphefumulo wami uthobile; bemba umgodi phambi kobuso bami, bawela kuwo. Sela.
Ngokuba bheka, baqapha umphefumulo wami; hhayi ngenxa yesiphambeko sami noma ngenxa yesono sami, Jehova.
Owenza umuntu abe yisiphambeko ngenxa yezwi, ambekele ugibe osolayo esangweni, nolungileyo aphambukele ize.
Base bethi: “Wozani sicebe amacebo ngoJeremiya; ngokuba umthetho awuyikubhubha kumpristi, neseluleko sohlakaniphileyo nezwi lomprofethi. Wozani simshaye ngolimi, singanaki amazwi akhe.
Ngokuba ngizwile inhlamba yabaningi, ukwesaba nxazonke. Basho, babike, futhi sizobika. Bonke ababengazana nami babheka ukuthi ngime bathi: Mhlawumbe uzolingwa, futhi sizomnqoba futhi siziphindisele kuye.
Lalokhu ngikutsho kube yinzuzo yenu; kungeyisikho ukuthi nginiphosele umjibila, kodwa ngokufaneleyo, lokukhonza iNkosi ngaphandle kokuthikamezeka.
Ngokuba bhekani yena owakhuthazela ephikwa kangaka yizoni, ukuze ningakhathali, niphele amandla engqondweni yenu.