Kanjalo abokugcina bayakuba ngabokuqala, nabokuqala babe ngabokugcina, ngokuba baningi ababiziweyo, kepha bayingcosana abakhethiweyo.
Mathewu 22:14 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba baningi ababiziweyo, kepha bayingcosana abakhethiweyo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Ngokuba baningi ababiziweyo, kepha bayingcosana abakhethiweyo.” IsiZulu 2020 “Ngokuba baningi ababiziweyo, kodwa bayingcosana abakhethiweyo.” Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba baningi ababiziweyo, kepha bayingcosana abakhethiweyo. |
Kanjalo abokugcina bayakuba ngabokuqala, nabokuqala babe ngabokugcina, ngokuba baningi ababiziweyo, kepha bayingcosana abakhethiweyo.
Uma lezo zinsuku zingafinyezwanga, bekungayikusindiswa nyama, kepha ngenxa yabakhethiweyo lezo zinsuku ziyakufinyezwa.
Ngokuba kuyakuvela oKristu bamanga, nabaprofethi bamanga, baveze izibonakaliso ezinkulu nezimangaliso; ukuze, uma kungenzeka, badukise nabakhethiweyo.
Ngakho-ke, bazalwane, khuthalelani kakhulu ukwenza kuqiniseke ukubizwa nokukhethwa kwenu;
Laba bayakulwa neWundlu, kepha iWundlu liyakubanqoba, ngokuba liyiNkosi yamakhosi, neNkosi yamakhosi;