Kwathi uJeremiya eseqedile ukukhuluma konke uJehova amyale ngakho ukuthi akukhulume ebantwini bonke, abapristi labaprofethi labantu bonke bamthatha bathi: Uzakufa lokufa.
Mathewu 21:36 - Contemporary Zulu Bible 2024 Abuye wathuma ezinye izinceku eziningi kunezokuqala, benze njalo nakuzo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Waphinda wathuma ezinye izinceku eziningi kunezokuqala; benze njalo nakulezo. IsiZulu 2020 Waphinda wathumela ezinye izinceku eziningi kunezakuqala. Nakulezo benza okufanayo. Baasraak Zulu New Testament Bible abuye wathuma ezinye izinceku eziningi kunezokuqala, benze njalo nakuzo. |
Kwathi uJeremiya eseqedile ukukhuluma konke uJehova amyale ngakho ukuthi akukhulume ebantwini bonke, abapristi labaprofethi labantu bonke bamthatha bathi: Uzakufa lokufa.
Abalimi bazibamba izinceku zakhe, enye bayishaya, enye bayibulala, enye bayikhanda ngamatshe.
Kodwa ekugcineni wathumela kubo indodana yakhe, ethi: Bayakuyazisa indodana yami.
Waphinda wathuma ezinye izinceku, wathi: ‘Tshelani abamenyiweyo ukuthi: Bhekani, sengilungisile isidlo sami, izinkabi zami nokukhuluphalisiweyo sekuhlatshiwe, konke sekulungisiwe;