UMose wayesemtshela u-Aroni onke amazwi kaJehova amthumileyo, nezibonakaliso zonke eyamyala ngazo.
Mathewu 21:29 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wasephendula wathi: Kangithandi; kodwa waphenduka wahamba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Yaphendula yathi: ‘Angithandi;’ kodwa ngasemuva yaguquka, yaya. IsiZulu 2020 “Kepha yaphendula yathi: ‘Angithandi,’ kodwa kamuva yaguqula umqondo wayo, yaya. Baasraak Zulu New Testament Bible Wasephendula wathi: Kangithandi; kodwa waphenduka wahamba. |
UMose wayesemtshela u-Aroni onke amazwi kaJehova amthumileyo, nezibonakaliso zonke eyamyala ngazo.
Wathi kuye: “Angiyikuhamba; kepha ngiyakumuka, ngiye ezweni lakithi nasemndenini wami.
Kepha nithini na? Umuntu othile wayenamadodana amabili; waya kweyokuqala, wathi: ‘Mntanami, hamba uyosebenza namuhla esivinini sami.
Wasesiza kowesibili, wakhuluma ngokunjalo. Wasephendula wathi: Ngiyahamba, nkosi;
Ngumuphi kulaba ababili owenza intando kayise na? Bathi kuye: Eyokuqala. UJesu wathi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini: Abathelisi nezifebe bangena phambi kwenu embusweni kaNkulunkulu.
kodwa ngabika kuqala kwabaseDamaseku, naseJerusalema, nakuzo zonke izindawo zaseJudiya, nakwabezizwe, ukuba baphenduke, baphendukele kuNkulunkulu, benze imisebenzi efanele ukuphenduka.
Babenjalo abanye kini, kepha senagezwa, senangcweliswa, senalungisiswa egameni leNkosi uJesu Kristu nangoMoya kaNkulunkulu wethu.