Bhekani, ngiyanithuma ninjengezimvu phakathi kwezimpisi; ngakho hlakaniphani njengezinyoka, nibe msulwa njengamajuba.
Mathewu 21:24 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu waphendula, wathi kubo: “Nami ngizakunibuza izwi libe-linye; uma ningitshela khona, nami ngizalitshela ukuthi ngenza lokhu ngagunya lini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJesu waphendula, wathi kubo: “Nami ngizakunibuza izwi libe linye; uma ningitshela lona, nami ngizakunitshela ukuthi ngenza lokhu ngagunya lini. IsiZulu 2020 UJesu wabaphendula wathi: “Nami ngizakunibuza izwi libe linye vo; uma ningiphendula, nami ngizakunitshela ukuthi lokhu ngikwenza ngagunya lini. Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu waphendula, wathi kubo: “Nami ngizakunibuza izwi libe-linye; uma ningitshela khona, nami ngizalitshela ukuthi ngenza lokhu ngagunya lini. |
Bhekani, ngiyanithuma ninjengezimvu phakathi kwezimpisi; ngakho hlakaniphani njengezinyoka, nibe msulwa njengamajuba.
Esangena ethempelini, abapristi abakhulu namalunga esizwe beza kuye esafundisa, bathi: “Lokhu uzenza ngagunya lini na? njalo ngubani okunike leligunya?
Ubhapathizo lukaJohane lwavelaphi na? ezulwini noma kubantu na? Basebekhulumisana bodwa, besithi: Uba sisithi: Ezulwini; uzakuthi kithi: Pho, anikholwanga nguye ngani na?
UJesu wasesithi kubo: Ngizalibuza ilizwi libe linye; Kuvunyelwe ngesabatha ukwenza okuhle noma okubi na? ukusindisa ukuphila, noma ukukubhubhisa?
Ukukhuluma kwenu makube nomusa njalo, kuyolisiwe ngosawoti, ukuze nazi enifanele ukubaphendula ngakho bonke abantu.