Kodwa sebefikile abokuqala, bacabanga ukuthi bazakwemukela okwengeziwe; bamukela kwaba yilowo nalowo udenariyo,
Mathewu 20:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi befika abaqashiwe ngehora leshumi nanye, bamukela kwaba yilowo nalowo udenariyu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Kuthe befika abehora leshumi nanye, kwaba yilowo nalowo wamukela udenariyu.* IsiZulu 2020 “Kuthe lapho zifika ebeziqashwe ngehora le-11, kwaba yileso naleso sahola udenariyu. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi befika abaqashiwe ngehora leshumi nanye, bamukela kwaba yilowo nalowo udenariyu. |
Kodwa sebefikile abokuqala, bacabanga ukuthi bazakwemukela okwengeziwe; bamukela kwaba yilowo nalowo udenariyo,
Kwathi sekuhlwile, umninisivini wathi enduneni yakhe: Biza izisebenzi, uzinike inkokhelo yazo, uqale ngezokugcina kuze kube ngezokuqala.