Mathewu 20:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi sekungaba lihola letshumi lanye waphuma, wafica abanye bemi bengenzi lutho, wathi kubo: Limeleni lapha usuku lonke lingenzi lutho? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Esephuma ngehora leshumi nanye wafumana abanye bemi, wathi kubo: ‘Nimeleni lapha usuku lonke ningenzi lutho na?’ IsiZulu 2020 Kuthe ngehora le-11, wathola abanye bemile, wayesethi kubo: ‘Nimeleni lapha usuku lonke ningenzi lutho na?’ Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi sekungaba lihola letshumi lanye waphuma, wafica abanye bemi bengenzi lutho, wathi kubo: Limeleni lapha usuku lonke lingenzi lutho? |
Konke isandla sakho esikufumanayo ukukwenza, kwenze ngamandla akho; ngoba akukho msebenzi, nacebo, nakwazi, nakuhlakanipha endaweni yabafileyo, lapho uya khona.
Bathi kuye: Ngoba akukho muntu osiqashile. Wathi kubo: Hambani nani, niye esivinini; futhi noma yini efanele, lokho niyokwamukela.
Kwathi befika abaqashiwe ngehora leshumi nanye, bamukela kwaba yilowo nalowo udenariyu.
Ngokuba bonke abase-Athene nabafokazi ababekhona babengachithi lutho ngokunye, kuphela ukuxoxa nokuzwa into entsha.
Ukuze ningavilaphi, kodwa nilingise labo abathi ngokholo nangokubekezela badla ifa lezithembiso.