Mathewu 20:34 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu waba nesihe ngazo, wathinta amehlo azo; zase zibona masinyane, zamlandela. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJesu waba nesihe, waphatha amehlo azo; zase zibona masinyane, zamlandela. IsiZulu 2020 UJesu waba nesihawu wathinta amehlo azo; zase ziyabona masinyane, zamlandela. Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu waba nesihe ngazo, wathinta amehlo azo; zase zibona masinyane, zamlandela. |
UJesu esephuma, wabona isixuku esikhulu, waba nesihe ngaso, waphulukisa abagulayo babo.
UJesu wayesebizela kuye abafundi bakhe, wathi: “Ngiyasihawukela isixuku, ngokuba sekuyizinsuku ezintathu behlezi nami, bengenalutho lokudla;
Kwathi sebesondele eJerusalema, sebefikile eBetfage, entabeni yeMihlwathi, uJesu wathuma abafundi ababili,
Kodwa ebona izixuku waba lesihelo ngazo, ngoba zazidiniwe, zihlakazekile njengezimvu ezingelamalusi.
Wamsusa esixukwini, wafaka iminwe yakhe ezindlebeni zakhe, wafela amathe, wathinta ulimi lwakhe;
Khona masinyane yabona, yamlandela, idumisa uNkulunkulu; nabantu bonke bekubona badumisa uNkulunkulu.
Ukuze uvule amehlo abo, basuke ebumnyameni, baye ekukhanyeni, basuke emandleni kaSathane, baye kuNkulunkulu, ukuze bamukele ukuthethelelwa kwezono, nefa phakathi kwabangcwelisiweyo ngokukholwa kimi.
Ngakho kwamfanela ukuthi afane labafowabo kukho konke, ukuze abe ngumpristi omkhulu olesihawu lothembekileyo ezintweni ezimayelana loNkulunkulu, ukuze enze inhlawulo yokuthula ngezono zabantu.
Elokugcina manibe nomqondo munye nonke, nihawukelane, nithandane njengabazalwane, nihawukele, nibe nomusa;