Ngokuzigqaja kuvela ukuxabana kuphela, kodwa kwabahlakaniphileyo kukhona ukuhlakanipha.
Mathewu 20:24 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi abayishumi bekuzwa bazithukuthelela izelamani ezimbili. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bathi ukuzwa lokho abayishumi, bazithukuthelela izelamani ezimbili. IsiZulu 2020 Sebekuzwile lokhu abayishumi, bazithukuthelela izelamani ezimbili. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi abayishumi bekuzwa bazithukuthelela izelamani ezimbili. |
Ngokuzigqaja kuvela ukuxabana kuphela, kodwa kwabahlakaniphileyo kukhona ukuhlakanipha.
Wathi kubo: “Impela nizakuphuza indebe yami, nibhapathizwe ngombhapathizo engibhapathizwa ngawo mina; kulabo abakulungiselweyo nguBaba.
Kepha uJesu wababizela kuye, wathi: “Niyazi ukuthi ababusi bezizwe babusa phezu kwazo, nezikhulu zazo ziphethe amandla phezu kwazo.
Kodwa uJesu ekubona wathukuthela, wathi kubo: Vumelani abantwana abancane beze kimi, lingabenqabeli, ngoba umbuso kaNkulunkulu ungowabanjalo.
Umphathi wesinagoge waphendula ngokuthukuthela, ngokuba uJesu esilisa ngesabatha, wathi kubantu: Zikhona izinsuku eziyisithupha okufanele kusetshenzwe ngazo; ngakho wozani ngazo, niphulukiswe, kungabi ngesabatha usuku.
Uthando luyabekezela, lunomusa; uthando alunamhawu; uthando aluzikhukhumezi, aluzikhukhumezi;
Ningenzi-lutho ngombango nangodumo lweze; kepha ngokuthobeka nishaye sengathi abanye bakhulu kunani.
Kepha uma ninomhawu obabayo nokubanga ezinhliziyweni zenu, ningazibongi, ningaqambi iqiniso amanga.
Ngokunjalo, nina basha, thobelani abadala. Yebo, nonke thobelani omunye komunye, nembathe ukuthobeka, ngokuba uNkulunkulu umelana nabazidlayo, kepha abathobekileyo ubapha umusa.