Mathewu 20:18 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bheka, sikhuphukela eJerusalema; njalo iNdodana yomuntu izanikelwa kubapristi abakhulu lababhali, njalo bazayigwebela ukufa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Bhekani, sikhuphukela eJerusalema; iNdodana yomuntu izakukhashelwa kubapristi abakhulu nababhali; bazakuyinqumela ukuba ife, IsiZulu 2020 “Bhekani, sikhuphukela eJerusalema, iNdodana yomuntu izakukhashelwa kubaphristi abakhulu nezazimthetho; banqume ukuba ife. Baasraak Zulu New Testament Bible Bheka, sikhuphukela eJerusalema; njalo iNdodana yomuntu izanikelwa kubapristi abakhulu lababhali, njalo bazayigwebela ukufa. |
Kusukela ngaleso sikhathi uJesu waqala ukubonisa abafundi bakhe ukuthi umelwe ukuya eJerusalema, ahlushwe ngokuningi ngamalunga nabapristi abakhulu nababhali, abulawe, avuswe ngosuku lwesithathu.
Niyazi ukuthi emva kwezinsuku ezimbili kungumkhosi wePhasika, futhi iNdodana yomuntu izokhashelwa ukuba ibethelwe esiphambanweni.
Kwathi sekusile, bonke abapristi abakhulu namalunga esizwe benza icebo ngoJesu ukuba bambulale;
Bathi: “Sisabufunelani ubufakazi na? ngoba thina ngokwethu sizwile ngomlomo wakhe.
yena esenikelwe ngecebo elimisiweyo nangokwazi kukaNkulunkulu ngaphambili, namthatha, ngezandla zababi nambethela, nambulala;