UHadadi esezwile eGibithe ukuthi uDavide wayeselele koyise, nokuthi uJowabe induna yempi ufile, uHadadi wathi kuFaro: “Ngivumele ngihambe ngiye ezweni lakithi.”
Mathewu 2:20 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ethi: “Vuka, uthabathe umntwana nonina, uye ezweni lakwa-Israyeli, ngokuba bafile ababefuna ukuphila komntwana; IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Vuka uthabathe umntwana nonina, uye ezweni lakwa-Israyeli; ngokuba sebefile ababezingela ukuphila komntwana.” IsiZulu 2020 yathi: “Vuka uthathe umntwana nonina, uye kwa-Israyeli, ngokuba ababezingela impilo yomntwana sebefile.” Baasraak Zulu New Testament Bible ethi: “Vuka, uthabathe umntwana nonina, uye ezweni lakwa-Israyeli, ngokuba bafile ababefuna ukuphila komntwana; |
UHadadi esezwile eGibithe ukuthi uDavide wayeselele koyise, nokuthi uJowabe induna yempi ufile, uHadadi wathi kuFaro: “Ngivumele ngihambe ngiye ezweni lakithi.”
USolomoni wazama ukubulala uJerobowamu. UJerobowamu wayeseqeda, wabalekela eGibithe kuShishaki inkosi yaseGibithe, wahlala eGibithe waze wafa uSolomoni.
INkosi yasisithi kuMozisi kwaMidiyani: Hamba, ubuyele eGibhithe, ngoba bonke abantu ababedinga impilo yakho bafile.
Kwathi sezimukile, khangela, ingilosi yeNkosi yabonakala kuJosefa ngephupho, ithi: Vuka uthathe umntwana omncane lonina, ubalekele eGibhithe, uhlale khona ngize ngikubikele; izofuna umntwana omncane ukuba ambhubhise.
Kwathi esefile uHerodi, khangela, ingilosi yeNkosi yabonakala ngephupho kuJosefa eGibhithe.