Yazisa uyihlo nonyoko, nokuthi: Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.
Mathewu 19:20 - Contemporary Zulu Bible 2024 Insizwa yathi kuye: “Konke lokho ngikugcinile kwasebusheni bami; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Insizwa yathi kuye: “Konke lokho ngikugcinile; ngisasilalelweni na?” IsiZulu 2020 Insizwa yathi kuJesu: “Konke lokhu ngikugcinile, pho ngisasalelwe yini na?” Baasraak Zulu New Testament Bible Insizwa yathi kuye: “Konke lokho ngikugcinile kwasebusheni bami; |
Yazisa uyihlo nonyoko, nokuthi: Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.
UJesu wathi kuye: “Uma uthanda ukuphelela, hamba uthengise ngalokho onakho, uphe abampofu, khona uzakuba negugu ezulwini; uze ungilandele.
Wasephendula wathi kuyise: Khangela, leminyaka eminengi ngikukhonza, kangizange ngeqe umlayo wakho;
Ngithi kini: Kanjalo kuyakuba khona ukuthokoza ezulwini ngesoni sisinye esiphendukayo, kunabalungileyo abangamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalolunye abangadingi kuphenduka.
Kwathi besambuza njalo, walulama, wathi kubo: Ongenasono phakathi kwenu kaqale amjikijele ngetshe.
Ngakho-ke umthetho waba ngumfundisi wethu wokusiyisa kuKristu, ukuze silungisiswe ngokukholwa.
ngokushisekela ngizingela ibandla; mayelana nokulunga okusemthethweni, ngingenacala.