Inkosi yaleyonceku yayisihawukela, yayikhulula, yayithethelela icala.
Inkosi yaleyo nceku inesihe yayikhulula, yayithethelela icala.
Inkosi yaleyo nceku inesihe, yayikhulula, yayithethelela icala.
Akavumanga ukulalela, akacabanganga ngezimangaliso zakho owazenza phakathi kwabo; kepha wena wazenza lukhuni izintamo zabo, wabeka umbusi ekuhlubukeni kwabo ukuba babuyele ebugqileni babo; kepha Wena unguNkulunkulu othethelelayo, onomusa nesihe, obhekakade, nomusa omkhulu, futhi awuzange ubalahle.
UJehova unomusa nesihawu; wephuza ukuthukuthela, mkhulu ngesihawu.
Kodwa yena owayelesihawu wabathethelela ububi babo, kababhubhisanga;
Kodwa wena, Nkosi, unguNkulunkulu olesihawu lomusa, obekezelayo, omkhulu ngobubele leqiniso.
Ngokuba wena, Jehova, umuhle, ukulungele ukuthethelela; futhi kuvama umusa kubo bonke abakhuleka kuwe.
Ngingakulahla kanjani, Efrayimi? ngingakusindisa kanjani, Israyeli? ngingakufanisa kanjani ne-Adma? ngingakumisa kanjani njengeSeboyimi na? inhliziyo yami yaphenduka phakathi kwami, ukuzisola kwami kwavutha kanyekanye.
Kodwa leyonceku yasiphuma, yafica enye inceku kanye layo eyayimkweleda wabodenariyo abalikhulu, yambamba, yayikhama, yathi: Ngikhokhele okukweletayo.
Inkosi yayo yayisiyibiza, yathi kuyo: ‘Nceku embi, nganithethelela sonke leso sikweletu, ngokuba wangicela;
Kwathi bengenanto yokukhokha, wabathethelela bobabili. Ngitshele-ke, yimuphi kubo oyakumthanda kakhulu na?
USimoni waphendula wathi: Ngithi ngulowo amthethelela kakhulu. Wathi kuye: Wahlulele kahle.
Babasusa onkulunkulu babezizwe phakathi kwabo, bamkhonza uJehova; umphefumulo wakhe waba lusizi ngenxa yokuhlupheka kuka-Israyeli.