Manje, Jehova Nkulunkulu wami, usubekile inceku yakho inkosi esikhundleni sikaDavide ubaba, mina ngingumntwana omncane; angazi ngiphume noma ngingene kanjani.
Mathewu 18:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu wayesebizela kuye umntwana, wammisa phakathi kwabo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesebiza umntwana, wammisa phakathi kwabo, IsiZulu 2020 UJesu wayesebiza umntwana, wammisa phakathi kwabo, Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu wayesebizela kuye umntwana, wammisa phakathi kwabo. |
Manje, Jehova Nkulunkulu wami, usubekile inceku yakho inkosi esikhundleni sikaDavide ubaba, mina ngingumntwana omncane; angazi ngiphume noma ngingene kanjani.
Kodwa uJehova wathi kimi: Ungatsho ukuthi: Ngingumntwana, ngoba kumele uye kukho konke engikuthuma khona, lakho konke engikuyala ngakho, uzakukhuluma.
Ngaso leso sikhathi abafundi beza kuJesu, bathi: “Ngubani omkhulu embusweni wezulu na?
Wathi: “Ngiqinisile ngithi kini: Uma ningaphenduki, nibe njengabantwana abancane, anisoze nangena embusweni wezulu.