Abantwana bakwa-Israyeli ababebuyile ekuthunjweni, nabo bonke ababezahlukanisile nokungcola kwezizwe zezwe, ukuba bafune uJehova, uNkulunkulu ka-Israyeli, badla;
Mathewu 18:17 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uma engasezwa, tshela ibandla; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uma enqaba ukubezwa, tshela ibandla; uma enqaba ukuzwa nalo ibandla, makabe kuwe njengowezizwe nomthelisi. IsiZulu 2020 Uma enqaba ukubezwa, tshela ibandla; uma engafuni ukulalela ngisho nalo ibandla, makabe njengowezizwe nomthelisi kuwe. Baasraak Zulu New Testament Bible Uma engasezwa, tshela ibandla; |
Abantwana bakwa-Israyeli ababebuyile ekuthunjweni, nabo bonke ababezahlukanisile nokungcola kwezizwe zezwe, ukuba bafune uJehova, uNkulunkulu ka-Israyeli, badla;
Niyakwazi ukuthi nginguJehova, ngokuba anihambanga ngezimiso zami, anizenzanga izahlulelo zami, kepha nenze ngokwemithetho yezizwe ezinihaqayo.
uFiliphu, loBartolomewu; uTomase, noMathewu umthelisi; uJakobe ka-Alfewu, noLebewu othiwa futhi uThadewu;
INdodana yomuntu yafika idla, iphuza, bathi: ‘Bhekani, umuntu oyisiminzi nesiphuzi, umngane wabathelisi nezoni. Kodwa ukuhlakanipha kulungisiswa kubantwana bakho.
Ngokuba uma nithanda abanithandayo, ninamvuzo muni na? Abenzi njalo nabathelisi na?
Kepha nxa nikhuleka, ningaphindaphindi njengabezizwe, ngokuba bathi bayakuzwiwa ngokukhuluma kwabo okuningi.
UmFarisi wema wazikhulekela ngokuthi: “Nkulunkulu, ngiyakubonga ngokuba ngingenjengabanye abantu, abaphangi, abangalungile, iziphingi, nanjengalo mthelisi.
Ukhona yini kini othi enendaba nomunye olokothayo ukuya enkantolo kwabangalungile, kungabi kwabangcwele na?
Kepha siyaniyala, bazalwane, egameni leNkosi yethu uJesu Kristu, ukuba nihlukane nabo bonke umzalwane ohamba ngokungafanele, kungengokwesiko elawamukela kithi.
Imibango ehlanekezelayo yabantu abangqondo eyonakeleyo, abaswele iqiniso, bethi inzuzo ingukumesaba uNkulunkulu;
Bafika kubantwana bakwaRubeni nakubantwana bakwaGadi nasenxenyeni yesizwe sakwaManase ezweni lakwaGileyadi, bakhuluma kubo, bathi: