Iyakuphendulela inhliziyo yawoyise kubantwana, nenhliziyo yabantwana koyise, ukuze ngingezi futhi ngishaye umhlaba ngesiqalekiso.
Mathewu 17:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu waphendula, wathi kubo: “Nempela u-Eliya uzakufika kuqala, abuyisele zonke izinto. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Waphendula wathi: “Nempela u-Eliya uyeza, uyakubuyisela konke. IsiZulu 2020 Wabaphendula wathi kubo: “Impela uyeza u-Eliya, uyakubuyisela konke esimeni sakho, Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu waphendula, wathi kubo: “Nempela u-Eliya uzakufika kuqala, abuyisele zonke izinto. |
Iyakuphendulela inhliziyo yawoyise kubantwana, nenhliziyo yabantwana koyise, ukuze ngingezi futhi ngishaye umhlaba ngesiqalekiso.
Abafundi bakhe basebembuza, besithi: Pho batshoni ababhali ukuthi uEliya umelwe ukufika kuqala?
Kepha ngithi kini: U-Eliya usefikile, kepha abamazanga, kepha benza kuye abakuthandayo. Kanjalo neNdodana yomuntu iyakuhlushwa yibo.
Sebebuthene bambuza, bathi: “Nkosi, uyawubuyisela ngalesi sikhathi umbuso ku-Israyeli na?
omelwe ukumamukela izulu kuze kube yizikhathi zokubuyiselwa kwakho konke uNkulunkulu azikhulumayo ngomlomo wabaprofethi bakhe abangcwele bonke kusukela kwaphakade.