Yisikhathi sakho, Jehova, sokuba usebenze, ngokuba umthetho wakho bawenzile ize.
Mathewu 15:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 ingahloniphi uyise noma unina; Kanjalo nenze umyalo kaNkulunkulu ube yize ngesiko lenu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE akayikwazisa uyise noma unina; kanjalo nilenze laba yize izwi likaNkulunkulu ngesiko lenu. IsiZulu 2020 akusadingeki ukuba ahloniphe uyise; kanjalo-ke nilenza libe yize izwi likaNkulunkulu ngenxa yesiko lenu. Baasraak Zulu New Testament Bible ingahloniphi uyise noma unina; Kanjalo nenze umyalo kaNkulunkulu ube yize ngesiko lenu. |
Yisikhathi sakho, Jehova, sokuba usebenze, ngokuba umthetho wakho bawenzile ize.
Nisho kanjani ukuthi: ‘Sihlakaniphile, nomthetho kaJehova unathi? Bheka, wakwenza ize; usiba lwababhali luyize.
Abantu bami babhubha ngokuswela ukwazi; ngokuba ukulahlile ukwazi, nami ngiyakukulahla, ungabi ngumpristi wami; ngoba ukhohliwe umlayo kaNkulunkulu wakho, lami ngizakhohlwa abantwana bakho.
Nenza izwi likaNkulunkulu libe yize ngesiko lenu enilivezileyo, neziningi ezinjalo niyazenza.
Ngakho siyawenza ize umthetho ngokukholwa na? makube njalo; yebo, siyawuqinisa umthetho.
Uma okholwayo owesilisa noma owesifazane enabafelokazi, makabasize, ibandla lingasindwa; ukuze lisize abangabafelokazi isibili.
Kepha uma umuntu engabondli abakhe, ikakhulu abendlu yakhe, ukulahlile ukukholwa, mubi kunongakholwayo.